The Mudcat Café TM
Thread #106565   Message #4121229
Posted By: Joe Offer
28-Sep-21 - 04:18 PM
Thread Name: Lyr ADD: Umthombowase Golgota (Zulu hymn)
Subject: ADD: Umthombo Wase Golgata (Zulu hymn)
I don't know if the Ladysmith Black Mambazo "Golgotha" is the same song, but here's their very different YouTube recording titled "Umthombo Wase Golgata"
From the Facebook link above:

Umthombo Wase Golgata (Zulu hymn)

1 Emzini kaDavide
Kwavulw’ umthombo khona
Kuhlanzwe ukungcola
Kuhlangulisw’ ukona
Kulowomthomb’ omuhle
Sesimenyiwe sonke
Akubandlululwa muntu
Wabavulela bonke
'
Umthombo waseGolgotha
Umthombo waseGolgotha
Ugobhozela wena nam’
Umthombo waseGolgotha
.
2 Noma usindw’ umthwalo
Wesono namacala
Sondela uzibike
Wosuswa amabala
‘Nhliziyo yoba-mhlophe
Welashw’ umzimba futhi
Uze uvume nawe
Igama elokuthi
.
3 Lomthombo wokuphila
Ungabokhohlwa wona
Uzikhelele njalo
Uyakwahlul’ ukona
Lamanzi woba kuwe
Umthombo ophuphumayo
Uze utshen’ abanye
“Uzakuphil’ ozayo”
.
4 Sophuza kulomthombo
Sikhona emhlabeni
Noma simuka lapha
Sidlule ekufeni
Sobona lowomfula
Wempilo ezulwini
Sombong’ uJesu njalo
Osiyis’ ebomini
NO:63